IPHINI likamengameli wezwe uMnuz Paul Mashatile lithi bafuna aphume aphele embuthweni amaphoyisa enza izinto ezingalungile ...
Okusisalele wukuthi sikhiphele isibhongo seChampions League kuwona wonke amaqembu esizobhekana nawo,” kusho u-Ouaddou.
ISIGABA sezimoto zikaNokusho sithwele kanzima ngenxa yokuthi abantu bafuna izimoto ezishibhile kwazise imali ayibonwa.
BASAGCWELE amathafa abasolwa ngokubulala ngesihluku umsakazi wodumo kwiMbokodo FM nakuMgungundlovu FM, uDumisani "Dumi Bee" ...
Ufakazi C oyilungu lePKTT wethula ubufakazi kwikhomishana kaMadlanga echaza kabanzi ngokuboshwa kukaVusimuzi Cat Matlala. UMatlala waboshwa ngomhla ka-14 Meyi. Kuvela ukuthi waboshwa ophuma emzini ...
KUSABALALE isimemo somgcagco weSilo uMisuzulu Sinqobile kaZwelithini noNdlunkulu waso wesibili, uNomzamo Myeni. Ngokwesimemo, udwendwe luzokhuphuka ngoNovemba 9, esigodlweni kwaKhangelamankengane.
UDIDEKILE umndeni wowesilisa waseCoffee Farm, KwaNdengezi, eThekwini, kuduka isihlobo ngendlela engaqondakali, sibuya emsebenzini. UMnuz Kholwani Cele (34) kuthiwa wagcina ukubonwa ngezikhathi ...
KUKHALWE ngokugqoza kokukhishwa kwezimvume zokusebenza kosomatekisi KwaZulu-Natal, okuthiwa zibhajwe eMnyangweni wezokuThutha eMgungundlovu. Lesi sikhalo sivele ngesikhathi kunenkulumo mpikiswano ...
Iciko laseLimpopo uKharishma ubandakanyeke engozini yemoto eyingozi ePolokwane. UMelita “Kharishma” Mogale ungeniswe esibhedlela ngemuva kwengozi eyenzeke ePolokwane ngokusa kwangoLwesihlanu.
UTHANDO lokufunda izincwadi nokubhala seluqalile ukuthela izifundo kwintombazanyana yaKwaMpumuza, eMgungundlovu, njengoba isanda kwethula ngokusemthethweni izincwadi zayo ezimbili ezibhale, ...
Showing articles for tag 'traditinal-healers' ...